USIHLALO WE IEC USEVEZE UKUTHI KUYAVALWA UKUKHANKASA PHAKATHI KWAMABILI
Kuzokhumbuleka ukuthi abantu baseNingizimu Afrika kuzothi kusasa baphume ngobuningi babo baye kovotela amaqembu epolitiki abawathandayo nabacabanga ukuthi azobalekelela ezidingweni zabo.
UMoepya uthe yize ukukhankasa kuvalwa kodwa abavoti banalo ilungelo lokuya ezikhungweni begqoke imifaniswano yezepolitiki.
Kulindeleke ukuthi imiphumela imenyezelwe ngokusemthethweni ngeSonto.
UMoepya uphinde waqinisekisa isigameko sokuxoshwa kukaPresiding Officer eKZN, obefake imbalance yeqembu lepolitiki emotweni yakhe.