ZIYANDA IZINKINGA PHAKATHI KWE ANC NE SACP
Luyaqhubeka uqhekeko phakathi kwe-ANC namadlelandawonye alenhlangano iSACP.
Lokhu kulandela ukuthi iSACP ithe ukumisa uMnuz Gwede Mantashe ongusihlalo kazwelonke ekuhambeleni imihlangano yaleli qembu.
Ngesikhathi yeseka isinqumo sayo iSACP, ithe uMantashe sekuze kwaba yiziqubu ezintathu engalubhadi emihlanganweni yeCentral Committee yingakho ithathe lesi sinqumo.
Ngakolunye uhlangothi i-ANC isikhombise ukungasenameli lesi sinqumo se SACP.
Isihlanganisa nesinqumo sokuthi lenhlangano iphumele obala yathi ngeke ibambisane ne-ANC okhethweni lohulumeni basekhaya kodwa izozimela.