ZITHOKOZISILE EZOKWEHLA KUKA PETROL
Abashayeli bezimoto bazobe behleka bodwa kuloJanuary. Lena inyanga enzima kakhulu kwazise iningi labantu livela kumaholidi kaDecember. Lokhu kuchaza ukuthi bekuwubumnandi, kudliwa imali kuphela.
Izindaba zokuthi uPetrol uzokwehla cishe ngo 62c kuya ku 66c zimnandi kakhulu kubashayeli bezimoto.
Izindaba zokuthi uPetrol uzokwehla cishe ngo 62c kuya ku 66c zimnandi kakhulu kubashayeli bezimoto.