UZOFAKA ISICELO SEBHEYILI NAMHLANJE OSOLWA NGOKUBULALA UDJ WARRAS
Sizwe Blose
Uzoqhubeka nokuzama ibheyili enkantolo namhlanje, lowo osolwa ngokubulala usaziwayo wakuleli uDJ Warras ngoDecember 16, ka 2025.
UVictor Majola wabanjwa amaphoyisa ngoba esethole umkhondo wokuthi uyathinteka ekubulaweni kukaDJ Warras.
Evela enkantolo okokuqala wakhala ngokuthi amaphoyisa amshaya kangangoba wangena enkantolo exhuga.
Namhlanje kulindeleke ukuthi afake isicelo sebheyili.