UYAVELA OSOLWA NGOKUBULALA UMNDENI E-UK


Uyavela namhlanje uNdodana Tshuma osolwa ngokubulala unkosikazi wakhe namadodakazi abo amabili e-United Kingdom.

Ngemuva kwalesi sigameko uTshuma ube esebalekela eNingizimu Afrika ezocasha khona.

Kube sekuzwakala ukuthi ukuleli abe Interpol babe sebeyamlanda bamgquma ejele nokudalwe ngeminye yemigomo yokusebenzisa kwe United Kindom neNingizimu Afrika.

 Lokhu kwenze kwalula ukumthola uTshuma. Kodwa ukuba ubalekele Zimbabwe  bekungeke kube lula ukumthola ngoba akukho ukusebenzisana okukhona.

Njengoba evela namhlanje, kuzokube sekuhlanganiswa anaphepha okuthi abuyiselwe e-United Kingdom, aye kobhekana naleli cala asolwa ngalo lokubulala umndeni.