USEXOLISILE UHUGO BROOS NGOLIMI OLUNENHLABATHI
I-UDM kaGeneral Bantu Holomisa, izishaya isifuba lapho ikhona. Leli qembu yilona elakhalaza ngenkulumo enobuhlanga futhi ecwasayo eyayiqhamuka kuHugo Broos ongumqeqeshi weBafana Bafana.
UBroos usephumele obala wathi yena akayena umbandlululi. Lokhu ukuveze ngemuva kokuphawula kuka Mbekezeli "TLB" Mbokazi.
UBroos usephumele obala waxolisa.
UBroos usephumele obala wathi yena akayena umbandlululi. Lokhu ukuveze ngemuva kokuphawula kuka Mbekezeli "TLB" Mbokazi.
UBroos usephumele obala waxolisa.