USELAXAZE ISIKHUNDLA UKENNY KUNENE
Ezakamuva zithi iPhini likaMengameli wePatriotic Alliance, Kenny Kunene usesishiye phansi isikhundla sokuba yiMMC yeTransport eMkhandlwini waseGoli.
Kanti neqembu lakhe selithathe isinqumo sokumumisa eqenjini.
Konke lokhu kudalwe ukutholakala kuka Kunene ngoMsombuluko ehlezi nosomabhizinisi osolwa ngokubulala uDJ Sumbody.
Ngesikhathi amaphoyisa ezobopha lo somabhizinisi, uKunene wamphika wathi akamazi yena ubephelezela intatheli yakhe izokwenza udaba lwalo somabhizini.
Sekunezithombe zakudala okusolakala ukuthi ezalo somabhizinisi ezithathwe enoKunene.