URAMAPHOSA UTHI AKUHLANGANWE KULIWE NESIHLAVA SE GBV
SIZO BLOSE
Umengameli wezwe, uCyril Ramaphosa uthi ziyanda izenzo zokuhlukunyezwa kwabantu besifazane.
Ukusho lokhu enkulumeni yosuku abeyethula eTzaneen, eLimpopo namhlanje, kugujwa usuku lwenyanga yabesifazane.
Kuzokhumbuleka ukuthi ngo 1956 bamasha beya ezindlini zombuso ePitoli belwisana nokuphathwa kwamapasi.
Uthe kuyadabukisa ukuthi esikhundleni sokuthi kuphele ukuhlukunyezwa kwabantu besifazane kodwa ilapho kwanda khona kakhulu. Uthe abantu bakuleli abahlangane balwisane nalesi sihlava seGender Base Violence.