UMLANDO OMNCANE NGE SPAIN
LINDOKUHLE NGCOBO
I-Spain izoba nethuba elihle lokuzama ukuvikela isicoco seNdebe yoMhlaba ekhaya, njengoba ingenye yamazwe ayinhloko azosingatha lo mqhudelwano ngonyaka ka-2030.
Lokhu kulandela ukuthi iSpain inqobe iNdebe yoMhlaba ishaya i-Argentine ngo 1-0, eNew York New Jersey Stadium, e-USA izolo. Igoli leSpain lishawe uFerran Torres ngomzuzu ka-106, ngemuva kokunikezwa ibhola nguNico Williams. ISpain inqobe le ndebe enkulukazi emhlabeni okwesibili, njengoba inqobe eyokuqala ngonyaka ka-2010, ishaya iNetherlands ngo 1-0, eNingizimu Afrika.
Lo mqhudelwano omkhulu uzoba ngowokuqala emlandweni ukubanjwa emazweni asemazwenikazi ahlukene ayisithupha, lapho iSpain izosingatha khona iningi lemidlalo ngokuhlanganyela nezwe iPortugal neMorocco. Lokhu kusho iSpain sisethubeni lokuqopha umlando wokuvukela indebe yoMhlaba ekhaya(eSpain).
Nakuba iSpain, iPortugal neMorocco beyibona abasingathi abakhulu, imidlalo emithathu yokuqala izodlalelwa e-Uruguay, e-Argentina naseParaguay. Lokhu kuzoba yingxenye yokugubha iminyaka engu-100 kwaqala indebe yokuqala yomhlaba, eyayibanjelwe e-Uruguay ngonyaka ka-1930.