UMENGAMELI UGUBHA USUKU LWENKULULEKO EFREE STATE
Kulindeleke ukuthi uMengameli wakuleli uMnuz Cyril Ramaphosa, ahole umkhosi kazwelonke wokugubha iminyaka engu 32 yentando yeningi namuhla, eRantlai Molemela Stadium, eBloemfontein esifundazweni iFree State.
Ngomhlaka 27 April 1994, kwakhethwa okokuqala ngqa uhulumeni wentando yeningi kuleli. Lapho abantu bazo zonke izinhlanga bavota khona.
Kulo nyaka lolu suku lugujwa ngaphansi kwengqikithi ethi "Inkululeko kanye noMthetho: Eminyakeni Engamashumi Amathathu Yentando Yeningi".