UMASEMOLA UVEZE UKUTHI WAKE WADINWA ISENZO SIKA MCHUNU
LINDOKUHLE NGCOBO
UKHOMISHANA wamaphoyisa kuleli uGeneral Fannie Masemola uthi, wacasuka wagana unwabu uNgqongqoshe wamaphoyisa kuleli uMnuz Senzo Mchunu, ngesikhathi kuvela ukuthi mningi umsebenzi owenziwa uphiko lwamaphoyisa eliphenya ngokubulawa kosopolitiki.
"Ngesikhathi kuvezwa ukuthi sekubanjwe ababulali bekhansela laseMandeni, uMchunu wavele wavala umhlangano ngokushesha. Wathi useyokhuluma nami(Masemola) kuphela," kubeka uMasemola.
Lokhu kuvezwe uMasemola owethula ubufakazi kwiKhomishana kaJaji Madlanga eqhubeka ePitoli.