UMALEMA UJABULISE OKWENGANE NGESINQUMO SENKANTOLO
Inkantolo isiphoqelele uKenny Kunene wePatriotic Allince ukuthi axolise kumholi we-EFF.
Ngemuva kwesinqumo senkantolo uMnuz Julius Malema uthe uzizwa ejabulile ngesinqumo senkantolo esivune yena.
"Noma nathi sikwenza ukudelelana kodwa asenzi njengoba kwenza uKunene," kuzikhalela uMalema.
UMalema wavulela uKunene icala ngemuva kokuthi embize ngekokoloshe, okuyisilwane esivamise ukugcwala emzini yabantu nesingathandeki.
Kwenzeka lokhu nje uKunene umisiwe njengePhini likaMengameli wePA nokuba uMMC wezokuThutha ngoba ithi isafuna ukumphenya inyanga yonke ngokutholakala enosomabhizinisi osolakala ekufeni kukaDJ Sumbody.