UKHAYA MTHETHWA UTHOLE UMAQONDANA
SIZO BLOSE
Usephinde wafasa ifindo likasofa silahlane umsakazi weGagasi FM, uKhaya Mthethwa.
UKhaya wenza uhlelo olungena ngo12 luphele ngo 15.00 ntambama. Uhambisana noDJ Sonic, bazibiza ngabafana abahle. Ukhaya uphinde abe ngumfundisi.
UKhaya unameke umshado wakhe ezinkundleni zokuxhumana, lapho evele wabhala khona ukuthi Sthandwa sam
Ushadelwa nie uKhaya akaqali ukuhamba lendlela njengoba eke washanda nalowo oke waba uMiss South Afrika, uNtando Kunene.