UGAYTON MCKENZIE UMISE UKENNY KUNENE
SIZO BLOSE
Umengameli wePatriotic Alliance, uGayton McKenzie uthathe isinqumo sokumisa iPhini lakhe uKenny Kunene. Ubekelwe ikhefu lenyanga.
Lokhu kulandela ukuthi uKunene etholakale endlini yomunye wabasolwa, osolwa ngokubulala uDJ Sumbody, ngoNovember wonyaka odlule.
Ezithethelela uKunene uthe unephepha eli online, ubephelezela intatheli yakhe ebeyiyokwenza udaba. "Okunye futhi, besekunesikhathi lingaphumi iphepha lami ngenxa yokuba batasa,"kuchaza uKunene.