UBHEKENE NENGWADLA ULADY ZAMAR
Sizwe Blose
Uziyalile uLady Zamar efaka isithombe sakhe, kwabesekuthiwa abafuna ukumuqasha, kwabhalwa nenamba abangamthola kuyona.
Ukuphawula kwabantu kuvele kwaveza ukuthi basekude ukumxolela lomculi.
Abanye bebevele bathi, abakhohliwe, abanye bethi, umfowabo besho uSjava bethi usecula umculo wokholo ngenxa yakhe losisi, abanye bethi baningi abantu ababoshiwe ngenxa yabantu abafana noLady Zamar. Kodwa bakhona abebemcelela uxolo. Abanye bethi uNkulunkulu usekuxoxele kodwa bona abasoze bamxolela.
Kuzokhumbuleka ukuthi uLady Zamar wake wadalula ukuthi uhlukumezwe uSjava ngokocansi. Iningi labantu bavele bakholwa uSjaba ngesikhathi ephika.
Lokhu kwenza ukuthi bagcine bengamthandisisi uLady Zamar, kangangoba kuze kube imanje abakaze bamxolele kuleso senzo sakhe.