UBESEGULILE UJESSE JAKSON OBELWELA AMALUNGELO ABANTU
UBEHLUSHWA ukugula umfundisi Jesse Jackson ongasekho emhlabeni.
Umndeni wakhe(uJackson) umemezele namuhla, ukuthi uJackson akasekho emhlabeni, ushone eneminyaka engu 84 ubudala. Nakube umndeni wakhe ungadalulanga ukuthi ushonele kuphi, kanjani. Kuvela ukuthi uJackson ubexinwe ukugula, kulandela ukuthi ngonyaka ka 2017, kutholakele ukuthi uphila nesifo esibizwa nge Parkinson. Nokuthe ngoNovember 2025 wangeniswa esibhedlela ngenxa yokuhlaselwa ukugula.
UJackson waziwa ngokusebenza kwakhe njengesishoshovu. Waphinde washaya imashi noMartin Luther King Jr, ngesikhathi ekhankasela(uJackson) ukuba nguMengameli phakathi kweminyaka ka 1984 no 1988.