SIPHELILE ISITELEKA SAMATEKISI
SIZO BLOSE
Isiteleka samatekisi obekuthiwe sizothatha izinsuku ezimbili, sesiphelile.
Lokhu kusho ukuthi amatekisi azokube ebuyeke emgwaqeni kusasa.
Sishaye sazwela lesi siteleka kubasebenzi kanjalo nabafundi njengoba abanye bengayanga esikoleni kanti bathwale kanzima nabasebenzi abangena ebusuku baphume ekuseni njengoba bethe bayafika ema renki amatekisi bafika kukhala ibhingezi.
Kugcine kuvunyelwene ukuthi kuzosungulwa iTask Team ezozama ukuxazulula izinkinga ezikhona phakathi kwe KZN Transport Officials nabe Taxi Alliance.