SEKUTHOLAKALE OMUNYE UMZIMBA EVERULAM


Izindaba zakamuva ziveza ukuthi sekutholakale esinye isidumbu ngemuva kokuwa kweTemple, eVerulam nokwenzeke izolo.

Lokhu kusho ukuthi sebebabili abantu abashonile kulesi sigameko. Into ethwalisa kanzima labo abazama ukuhlenga abantu indaba yemvula elokhu iyidlive njalo, eVerulam