OWE RISE MZANSI UQOKWE NJENGOSIHLALO WE IMPEACHMENT COMMITTEE


Uqokwe njengosihlalo we-Impeachment Committee uMagashule Gana weRise Mzansi, ephalamende namhlanje.
Uthole amavoti angu 19 kwathi imbangi yakhe uDr  Wonderboy Matlatsi wathola angu-9.
UGana uzibongele kakhulu ngokwesekwa wabe esethi umsebenzi omkhulu uqala manje. Lelikomiti liqoke ngenxa yodaba lwasePhaa Phala oluthinta uMengameli wezwe uCyril Ramaphosa, lokutholakala kwezindodla zemali ngaphansi kukasofa   Leli komiti lizpbheka ukuthi kumele yini ehliswe esikhundleni.