LUZE NGENYE INDLELA UKHOZI FM KWEZOHLUKANISA UNYAKA
Ukhozi FM lukhiphe iTop 20 eshisayo okuzokhethwa kuyona ingoma ezohlukanisa unyanka.
Njengoba zingu 20 nje kusamele kuphungulwe kuze kube sekusala izingoma ezingu 10 okuzobe sekukhethwa ezohlukanisa unyaka kuzona.
Lezi ezingu 20 ezikhona kuyacaca ukuthi zihlalelwe phansi ngoba zonke zimnandi. Okuphinde kwagqama ukuthi aziziningi ezikhona ezamaskandi.
Kungenzeka ukuthi uKhozi lungahlukanisi ngoMaskandi njengoba kukade sekwejwayelekile. Kodwa uMafikizolo angathanda ukuba yingozi.