LIHLEHLILE ELIKA SINDISO MAGAQA



 Liphinde lahlehla elithinta ukubulawa kuka Sindiso Magaqa, owake waba nguNobhala we ANCYL wagcina eseyi khansela le ANC eMzimkhulu. 

Yize imantshi yayiseyikubeke kwacaca ukuthi noma ikanjani leli cala kumele liqhubeke kodwa izinkinga ezincane ezingathatha izinyanga ezintathu, ziphoqelele ekutheni liphinde lihlehliswe leli cala elibanjelwe eNkantolo eNkulu eMgungundlovu.