KUZOWASHUBELA AMAPHOYISA AHAMBISA UMFUNDI NGEVENI KWIMATRIC DANCE
SIZO BLOSE
Kuzowabhedela amaphoyisa abonakala kwi video, ehambisa umfundi kwi matric dance ngeveni. Lokhu kuvezwe uLt-General Nhlanhla Mkhwanazi.
Uthe uzokhuluma nabaphathi balamaphoyisa kuThukela District, ukuthi benze isiqiniseko sokuthi bawathathela izinyathelo ngoba akwenzile kuphambene nomthetho UMkhwanazi uphinde wathi lawa maphoyisa kumele akukhokhele ukuphuma kweveni, aphinde afake no petrol njengoba ekade esenza omunye umsebenzi ngalo.
Abantu bahlezi bekhala ngokungabi khona kwamaveni, kanti kukhona abantu abadlala ngezimali zikahulumeni.