KUZOVALWA INYANGA YABESIFAZANE NGENDUMEZULU YEKHONSATHI


SIZWE BLOSE 

UNgqongqoshe weSport, Arts & Culture uMtomuhle Khawula, usephumele obala, wakucacisa ukuthi uyena yedwa umuntu wesilisa ozobe esemcimbini wokuvala inyanga yabesifazane ngeSonto, ePlayhouse.

Kulo mcimbi obhekwe ngabovu kuzokube kunandisa abantu besifazane abaningi kunabesilisa. Kubona kungabalwa uBabes Wodumo, uDJ Cndo, DJ Happygal, Dumi Mkokstad, Xolly Mncwango, Sebyonce, Sphumelelo Mbambo, Sneziey nabanye abaningi.

Kunxuswa abantu besifazane ukuthi baphume ngobuningi njengoba kuzovalwa inyanga yabo ngesitayela.