KUYAQHUBEKA UKUHLOLWA KWABOKUFIKA LAPHO ABABEKWE KHONA
Izinkulungwane zabantu baseMalawi ziyaqhubeka nokucutshungulwa nguMnyango wezaseKhaya njengamanje e-Sherwood nase-Durban Drive-In Site, eThekwini ngokusekelwa abezomthetho.
Amaphoyisa asaqhubeka nokugada ukusebenza endaweni nokuqinisekisa ukuthula komphakathi kuyo yonke le nqubo.
Izikhulu zithi uma seziqedile izinqubo ezidingekayo, abantu baseMalawi bayathuthwa ngamabhasi babuyiselwe ezweni labo.
Le nqubo isaqhubeka kuze kube bonke abadinga ukubuyiselwa sebecubunguliwe.