KUXWAYISWA NGESIMO SEZULU ESINOBUNGOZI
Sizothanda ukubheda kakhulu isimo sezulu e-Eastern Cape, njengoba abe SA Weather Services sebememezele ukuthi kune Red Veld Fire Warning, ezindaweni eziningi ezakhele lesi sifundazwe.
UMduduzi Mthembu oyisangoma sezulu, uthe, lesi simo esihambisana nomlilo singase sihlasele izindawo ezifana no Nelson Mandela Bay, Sundays River, Kouga, Ndlambe ne Kou-Kamma.
Uthe lomoya uhambisana nokushisa nokwenza kubelula ukuqala komlilo. UMthembu utshele inhlangano yokusakaza iSABC ukuthi abantu abayeke ukubasa umlilo.
Kunomlilo obhebhetheka ngendlela eyisimanga, ngako Mossel Bay, eWestern Cape. Uphethe ngokuxwayisa abantu ukuthi bazibheke, bangalahli izintompi zikagwayi phansi..