KUXOSHWE U-ILANO KWI BIG BROTHER HOUSE
Kulokhu uBig Brother uzithathele isikhathi sakhe ukuthi adedele u-Ilano, kube sengathi akuzophuma muntu, kanti ufihle induku emqubeni.
Kuthe ngabo 18.45 wabuya, lakhala ikhanda ku Ilano. Ababukeli bazozwa kuyena ngoLwesine.
Kanti uBig Brother uqale ngokukhulula uBravo B, ngokuthi akahlale phansi ngoba uphephile kuleli sonto.
Uphinde wenza okufanayo ngoKing Wanda, wathi akahlale phansi uphephile, usazoba khona endlini kaBig Brother.
Uthe esengaphandle abantu bakhombisa ukumthanda kakhulu, bembiza ngoGadlaza okuyigama athanda ukulisebenzisa.