KUVELA UKUTHI URAMAPHOSA UZOSULA ESIKHUNDLENI
I-ANC isiphumele obala yagxeka imibiko yokuthi uMengameli wayo uCyril Ramaphosa, uzokwesula kule nhlangano kanjalo nasekwengameleni izwe.
Ekhuluma nabezindaba uMahlengi Bhengu Motsiri okhulumela le nhlangano uthe, kungamampunge okukhulunywa ngomengameli. "Amalungu e-ANC ameseka kakhulu uRamaphosa, asikho nesincane isidingo esingamenza ashiye lenhlangano kanti futhi nezwe usaliphethe ngendlela," kuchaza uMotsiri.
Lemibiko idalula ukuthi uRamaphosa uzoshiya maduze nje. Eminye ithi uzoya kwiG20 ngemuva kwayo esule.