KUTHANDA UKUBA NZIMA KU JOHNSON WE IDAC
SIZWE BLOSE
IMadlanga Commission isazoqhubeka ixine ngemibuzo umphathi we IDAC u-Andrea Johnson.
Izolo uzicelele umaluju wanxusa ukuthi kuqhutshekwe namhlanje ngoba ekhala ngokuthi usazama ukuzijwayeza imithi ayithathayo.
Kodwa kuke kwacaca ukuthi isimo sibi, nemibuzo kucaca ukuthi ayisaphenduleki ngendlela.
Namhlanje akukho okushintshile ngoba uzoqhubeka ahlatshwe ngemibuzo.