KUSHONE OYEDWA KWALIMALA ABABILI E-WESTERN CAPE
LINDOKUHLE NGCOBO
KUSHONE umuntu oyedwa, kwalimala ababili ngesikhathi bedutshulwa behamba ngemoto emgwaqeni, uR300 namuhla esifundazweni iWestern Cape.
Kuvela ukuthi abagilwa abalimele baphuthunyiswe esibhedlela besesimeni esibucayi ngenxa yamanxeba okudutshulwa.
Okwamanje umgwaqo usavaliwe njengoba amaphoyisa eqhuba uphenyo endaweni yesigameko.