KUNQOBE OBEBUYA OKWESIBILI KWI-BIG BROTHER MZANSI
ULiema ukhale wemuka no R2 million kwi Big Brother Mzansi.
Kuzokhumbuleka ukuthi uLiema ubebuya okwesibili endlini kaBig Brother.
ULiema uke wakhethiswa uBig Brother ukuthi ufuna ukuthatha uR250 000 aphume noma aqhubeke nomncintiswano, yena wathatha imali waphuma njengoba esebuye kule season wavele wawina uR2million.
Lentokazi isuka e-Eastern Cape, eKings William Town. UBig Brother uqale ngokukhipha uTrixie endlini yakhe, yena olandelwe uDidi, kwaba uQue, yena olandelwe uBravo B. Kube sekusala uThabdeka noLiema. ULiema ube esedla umhlanganiso.
Laba besekuyi Top 6, ehlale endlini izinsuku ezingu 71.