KUMINYENE UTSHUMO EMGUNGUNDLOVU
SEKUMINYENE utshumo eRoyal Showgrounds, eMgungundlovu.
Lokhu kungenxa yohlelo oluqhubeka kule ndawo, lokuqashwa kwamaphoyisa omgwaqo angu-200 KwaZulu-Natal, eseluhehe abantu abangaphezulu kuka-7000.
Kunxuswa umphakathi nabashayeli bezithuthi ukuthi basebenzise eminye imizila noma balindele ukubambezeleka.