KUDUBULANE AMAPHOYISA AFELA EPOLICE STATION
Kufe amaphoyisa amabili eNkowankowa, Police Station, eLimpopo. Lokhu kulandela ingxabano abenayo lamaphoyisa.
Elinye lalamaphoyisa libe selikhipha isibhamu labulala uzakwabo abebenengxabano naye.
Akuphelanga sikhathi singakanani, leli phoyisa libe selikhipha isibhamu kwalona laqeda ngempilo yalo.
Kusolakala ukuthi lithe uma libuka ijele nokugxekwa abantu ngesenzo salo, lavele labona ukuzibulala njengesixazululo.
Amanye amaphoyisa asaluphenya lolu daba olwenzeke khona esiteshini ezintatha zanamuhla.