IZINGUQUKO KWIKHONSATHI KA TAMIA




Ikhonsathi yesihlabane saphesheya obekulindeleke ukuthi libe se-ICC eThekwini kusasa selithuthelwe kwenye indawo.

Kodwa iNews Avenue ingakubeka kucace ukuthi leli khonsathi lisazokuba khona  kusasa . Kodwa manje selizoba seHollywoodbets Kingsmead engakude ne-ICC.

Okuphinde kwavela ukuthi ngeke kube nokuphazamiseka odabeni lwamathikithi nangokwesikhathi.