ISIKHULU SAMAPHOYISA SICELA UKUTHI BANGAPHAZANYISWA ABAGIJIMI KWI COMRADE
Kucelwa amalungu omphakathi ukuthi angaphazamisi abagijimi ngesikhathi seComrade Marathon. USayitsheni Boyzie Zungu weMetro Police uthe bazokhipha amaphoyisa akwa Metro angu 371 ngalolu suku lweComrade.
Uthe kulokhu izokube isuka eThekwini ibheke eMgungundlovu.
UZungu ukuvezile ukuthi imigwaqo eminingi ikakhulu lena engenela kulowo okuzobe kugijinywa kuwona izokube ivaliwe ngalolu suku.
"Sicela abantu ababukelayo uma bebona umjijimi abamaziyo bangamhambiseli amanzi ngoba lokho kuyaphazamisa," kuchaza uZungu kwiCommunity Media Forum, eThekwini.