INDUMEZULU YENKONZO KUHALALISELWA UMKHANDLU WASEMSINGA
Bekuyindumiso nenjabulo yodwa ngesikhathi abefundisi be interfaith bezodumisa noMkhandlu waseMsinga.
Baphinde bawuhalalisela ngokwenza kahle njengoba ube womunye woMasipala abenze kahle ngokuhlabana ngezindondo nezitifiketi kule mikhakha elandelayo
1. Best sustainable Project : EPWP
2. Best and sustained sound Financial management
3. Best implemented SDBIP 2024/ 2025
4. 100% MIG Expenditure for 3 Consecutive Years 2022- 2025
UMhlonishwa uMeya ubonge abasebenzi ngokusebenza ngokuzikhandla kanye nabazalwane be interfaith abakhulekela uMkhandlu ukuthi wenze kahle.