I-EFF IBOPHA I-OPERATION DUDULA
SIZO BLOSE
I-EFF ithi izothathela i-Operation Dudula eholwa uZandile Dubula
izinyathelo zomthetho.
I-EFF ithi okwenziwa abe-Operation Dudula, emtholampilo wase-Alexander kuphambene nezimiso zomthetho.
Kulomtholampilo kusanda kushona ingane encane ngoba amalungu alenhlangano evimba ukuthi ithole ukwelashwa ngoba kuthiwa akuyona eyakulelizwe.
Kodwa abe Operation Dudula baziqhelelanisile nalesi sigameko, bathi abazani naso.
Ngakolunye uhlangothi i-EFF imile ekutheni ilenhlangano futhi iyolivula icala.