BAVELA KUSASA ABEBEHLUKUMEZA UMPHAKATHI EMPUMALANGA
SIZO BLOSE
Bazovela kusasa enkantolo yaseMpumalanga abasolwa abane ababhekene namacala okuthatha ngendluzula izimali zabantu nokuhlukumeza umphakathi.
Amaphoyisa atshelwa ngalaba balisa, abe eseqala ephenya. Agcine ngokutholakala kweminye yemizi namhlanje ekuseni khona eMpumalanga.
Lawa madoda atholakale nezibhamu ezintathu ezingekho emthethweni
Akugcinanga lapho amaphoyisa agcine ethola nezidakamizwa.