AYAZIWA IMBANGELA YENGOZI YETEKISI NAMALOLI AMABILI
LINDOKUHLE NGCOBO
KUSHONE abantu abangu-13 ngesikhathi itekisi ebebehamba ngalo licindezelwa amaloli amabili emgwaqeni uR81, eGa-Sekgopo, eLimpopo izolo.
Kuvela ukuthi itekisi ibithwele abazalwane ebebesuka enkozweni ebiseSolomondale ngaphandle kwasePolokwane.
Amaphoyisa asaphenya ngembangela yale ngozi okushone kuyo abesifazane abangu-12 nowesilisa oyedwa.
UMnyango wezokuThutha usazokwenza ulibofuzo ukuthola imniningwane yabashonile.