ATHENGWA UBUTHAPHUTHAPHU AMATHIKITHI KA KELVIN MOMO
Abathandi bomculo, ikakhulu Amapiano, bazozitika ngomculo kaKelvin Momo. UKelvin uzokuba ne One Man Show, eMoses Mabhida, ohlangothini lwase People's Park.
Abantu abaningi baseThekwini bazifela kakhulu ngoKelvin, ovunywe nangabaculi baphesheya abafana noDrake.
Uma uzifela ngoKelvin ungowase KZN, ikakhulu eThekwini, usemathubeni amahle okuzibonela lengwazi ezokube ijabulisa abantu ngomhlaka 5 April.
Okuhle ukuthi amathikithi aseqalile ukudayisa. Ukuze ungazitholi uphoxeka ngokuthi ugcine ungasalitholanga, vele uphuthume eComputicket uyozitholela elakho.