ASEQALILE UKUDAYISA AMATHIKITHI OMDLALO WEBAFANA NERWANDA
LINDOKUHLE NGCOBO
ASEQALILE ukudayisa amathikithi omdlalo wokuhlungela iNdebe yoMhlaba ka-2026 ku group c, ozoba phakathi kweBafana Bafana neRwanda. Lo mdlalo uzoba ngoLwesibili mhlaka 14 October, eMbombela Stadium, eMpumalanga.
Amathikithi adayisa eTicketpro ngenani lika-R70, kuthi awezingane ezingaphansi kweminyaka engu-12 ubudala abiza inani lika R40.