AQALILE UKUTHELEKA ENKUNDLENI AMALUNGU E-ANC EZE KWI JANUARY 8
Lindokuhle Ngcobo
ASEQALILE ukutheleka enkundleni iMoruleng, eNorth West amalungu e-African National Congress (ANC). Lapho kusingethwe umcimbi wokugubha iminyaka engu-114, kwasungulwa le nhlangano.
Lo mcimbi owaziwa ngeJanuary 8th, uza ngaphambi kokhetho lohulumeni basekhaya okulindeleke ukuthi lube khona kulo nyaka.
Kulindeleke ukuthi uMengameli we-ANC uMnuz Cyril Ramaphosa athule inkulumo yakhe yosuku emayelana nokwakha kabusha le nhlangano(ANC). I-ANC yehlelwe ukusekelwa abantu bakuleli, kusukela ngonyaka ka-2016.