ANGASE ALALE EBALIWE UJULIUS MALEMA
Olwamanqamu namhlanje kumholi we-EFF, uJulius Malema. Namhlanje angase alale ebaliwe njengoba atholwa enecala lokuqhumisa isibhamu kunabantu.
Inkantolo yase East London kumele isho namhlanje ukuthi uMalema imgwebela ngaphandle noma sikhona yini isikhathi azosichitha ejele kumbe kuzothiwa akakhokhe.
Abalandeli bakhe bagcwele e-East London ukuzomeseka njengoba bekholelwa ukuthi akanacala.
Lizoshona elanamhlanje sekuphenduleke yonke imibuzo.