ANGASE ABHADLE EJELE IMINYAKA ENGAPHEZULU KUKA 15 UMALEMA
SIZO BLOSE
Kulindeleke isinqumo ecaleni elibekwe umholi we EFF, uJulius Malema kusasa e-East London.
Eminyakeni eyedlule i-EFF yaba ne rally e-East London lapho okuthiwa uMalema wathatha isibhamu wasiqhumisa eseduzane nabantu, nokwakungenzeka ukuthi afake impilo yalaba bantu egcupheni.
UMalema uzithethelela ngokuthi isibhamu kwakungesona esangempela kodwa kwakuyi thoyizi ayezidlalela ngalo
Kulindeleke izinkumbi zamalungu e-EFF azokube ephelezele lomculi. Uma limlahla uMalema leli cala kungenzeke agwetshwe iminyaka engaphezulu kuka 15.