AKALUBHADANGA KWI MADLANGA OWE IDAC
UMphathi we-IDAC u-Andrea Johnson akalubhadanga kwiMadlanga Commission.
Esikhundleni salokho uthumele incwadi kadokotela esho ukuthi akekho esimeni ngenxa yokugula unikwe kuze kube uJuly 16 udokotela ukuthi alulame. UMadlanga uvele wathi lencwadi kadokotela iyinto engasho lutho nje futhi ingezinye zalezo zincwadi ezingumdlalo.
ICommission ibe seyihlehlela ikusasa.