ABANEME NGO MALEMA OFANISA U-ANDREA JOHNSON NO MANDELA
Umholi we-EFF uJulius Malema usethole okukhulu ukugxekwa ezinkundleni zokuxhumana ngokufanisa u-Andrea Johnson no Winnie Madikizela-Mandela owayelwela inkululeko.
UMalema waveza lokhu ngesikhathi u-Andrea Johnson eqeda kufakaza kwi Ad Hoc Committee. Kuphinde kwanalabo abathi abamqondi manje uMalema ukuthi konakelephi kuyena, kwazise futhi uke wafanisa umholi weqembu lamaKhaladi noSteve Biko.